Incazelo ye-SPLUMA

SPLUMA kushiwo uMthetho wezokuHlelwa kweziNdawo nokuLawulwa kokuSetshenziswa koMhlaba, 2013 (uMthetho 16 ka 2013) kanye neMithethonqubo yezokuHlelwa kweziNdawo nokuLawulwa kokuSetshenziswa koMhlaba: UkuLawulwa kokuSetshenziswa koMhlaba neziNdaba eziJwayelekile, 2015 (iSaziso sikaHulumeni No. 239 sika 2015);

Examples of SPLUMA in a sentence

  • Ukwamukelwa noma ukuchithwa kohlelo lokusetshenziswa komhlaba22.(1) UMasipala kumele, eminyakeni emihlanu kusukela ngosuku lokuqala kokusebenza kwe- SPLUMA, wamukele uhlelo lokusetshenziswa komhlaba lwayo yonke indawo engaphansi kwawo.

  • Ukwamukelwa noma ukuchithwa kohlelo lokusetshenziswa komhlaba24.(1) UMasipala kumele, eminyakeni emihlanu kusukela ngosuku lokuqala kokusebenza kwe- SPLUMA, wamukele uhlelo lokusetshenziswa komhlaba lwayo yonke indawo engaphansi kwawo.(2) Uhlelo lokusetshenziswa komhlaba, kuncike kwizinsizakusebenza ezikhona kanye nasezimweni eziguquguqukayo, lungamukelwa kancane kancane futhi lusetshenziswe kwezinye izindawo ezingaphansi kwaMasipala.