Incazelo ye-isivumelwano semisebenzi eyenziwa ngokuhlanganyela

isivumelwano semisebenzi eyenziwa ngokuhlanganyela kushiwo isivumelwano esiphakathi komasipala ababili noma ngaphezulu, kubandakanya noMasipala wesiFunda, lapho omasipala abathintekayo bevumelana ukuhlanganyela emisebenzini echazwe esivumelwaneni;