Incazelo ye-indawo kamasipala

indawo kamasipala kushiwo indawo eyenganyelwe uMasipala enqunywa izikhathi ngezikhathi yiBhodi lezokuKlanywa koMasipala elasungulwa ngokwesiGaba 2 soMthetho wezokuKlanywa koMasipala woHulumeni beziNdawo, 1998 (uMthetho 27 ka 1998); "uMkhandlu kaMasipala" kushiwo uMkhandlu kaMasipala waseMhlathuze osungulwe ngokwesiGaba 18 soMthetho weziNhlaka zoMasipala;