Yini ukunamathela ngokuthatha imithi (adherence)
Yini ukunamathela ngokuthatha imithi (adherence)
Ukunamathela ekuphuzeni imithi yama antiretroviral (ARVs) kusho ukuphuza imithi nsuku zonke, ngesikhathi esifanele ▇▇▇▇▇ ▇▇▇▇▇▇▇▇▇▇▇ efanele. Eminye idinga ukuphuzwa nokudla.
Kungani kubalulekile ukunamathela ekuphuzeni imithi
1. Uma uphuza umuthi, ungena emzimbeni wakho usetshenzwe khona ebese ungena emithanjeni yegazi. Imithi ye-HIV yama-ARV kumele ihlale egazini lakho ngezinga elithile ukuze ikwazi ukulwa ne-HIV. ▇▇▇ ▇▇▇▇ zinga libaphansi, ama-ARV awasebenzi ▇▇▇▇▇.
2. ▇▇▇ uphuza ama-ARV ngesikhathi esiyiso, ugcina izinga elifanele lomuthi egazini lakho, ▇▇▇▇▇ lokhu kwenza ukuthi i-HIV ingakwazi ukwengezeleka ngokuziphinda-phinda. Lokhu kunikeza amasosha omzimba wakho ithuba lokuthi akwazi ukululama.
3. Uma ungaphuzi ama-ARV akho ngesikhathi esiyiso, usengozini yokuthi izinga lemithi lehle egazini lakho. Lokhu kungabangela ukuthi i-HIV ingezeleleke ngokuziphinda-phinda noma ukuzishintsha (mutations). Lokhu kuzishintsha-shintsha (mutations) kusiza ivayirasi ukuthi ikwazi ukuqhubeka iphile ▇▇▇▇▇ emzimbeni wakho ngisho noma uphuza imithi ye-HIV. Lokhu kubizwa nge-resistance.
Kumele uqale nini ukuphuza imithi
⚫ Ngaso leso sikhathi kutholakala ukuthi une-HIV.
⚫ Uma watholakala une-HIV kuhlolo ngesikhathi esedule, ▇▇▇▇▇ futhi kwakungamele uqale ukuthola imithi ye-HIV ngaleso sikhathi.
⚫ Uma wayeka ukuphuza imithi kwesinye isikhathi, kubalulekile ukuthi ubuyele uphuze imithi ukwenzela ukugwema i-resistance (ukuthi umzimba ungasezwa mithi).
⚫ Uma une-HIV ▇▇▇▇▇ futhi une-TB.
⚫ Uma une-HIV ▇▇▇▇▇ futhi ukhulelwe noma uncelisa ibele.
⚫ Lapho uqala ukugula ▇▇▇▇▇ umsebenzi wezempilo encoma ukuthi kumele uqale ukuphuza imithi.
Imithi yama-ART uyisebenzisa impilo yakho ▇▇▇▇▇. Lapho usuqale ukuphuza imithi, ngeke wayeka ukuyiphuza. Kubalulekile ukuthi uphuze imithi yakho ngendlela efanele njengoba ulayelwe, ngesikhathi esifanayo nsuku zonke.
Uma ungazizwa ukulungele, xoxa ngezizathu zalokhu nomsebenzi wezempilo ongakunikeza ulwazi oluqondile ▇▇▇▇▇ nokukusiza ukubhekana nalezi zinto
ezikukhathazayo. Kubalulekile ukuthi ucabange ngezinto ezilandelayo:
⚫ ▇▇▇▇▇▇▇ ▇▇▇▇▇▇▇ ▇▇▇▇▇▇ ▇▇▇▇▇▇▇?
⚫ Iphuzwa ngaziphi izikhathi (njalo kumahora angu 12, noma njalo kumahora angu 24)?
⚫ Ngabe kuphuzwa ▇▇▇▇▇▇▇▇▇▇ ▇▇▇▇▇▇▇▇ ▇▇▇▇▇▇▇▇▇ (dose) owodwa?
⚫ Ngabe kumele aphuzwe lapho usudlile noma ungawaphuza ungenalutho esiswini?
⚫ Ngabe anayiphi imiphumela engemihle (side effects)?
⚫ Ngabe kukhona eminye imithi ongeke uwaphuze nayo?
⚫ Ngabe adinga ukuhlala kwifriji noma ukuphathwa ngenye indlela yesipesheli?
⚫ Ngabe unesinye isifo owelashelwa sona okungenza ukuthi ▇▇▇▇ neminye imithi engakufanele?
⚫ Ngabe unezinye izifo ezingelapheki ezifana nesifo sikashukela (idayabhethisi), ophuza imithi yazo? Kuzomele uxoxe nabasebenzi bezempilo ngokuthi uyihlanganisa kanjani le ▇▇▇▇▇ ▇▇▇▇▇▇ ▇▇▇▇ ▇▇▇▇▇ ▇▇▇▇▇▇▇ ▇▇▇▇-▇▇▇.
Kubalulekile ukuthi uqondisise ngokuthi uphuzwa kanjani umuthi nomuthi. Lokhu kuzosiza ukuthi unamathele ekuphuzeni ▇▇▇▇▇ imithi.
Kuwumbono omuhle ukuthi ubhale phansi izimpendulo zemibuzo engenhla kumuthi nomuthi. Ebese uqhamuka nesheduli yokuphuza imithi ngezikhathi ezifanele, inani lamaphilisi elifanele ▇▇▇▇▇ ▇▇▇▇▇▇▇▇▇ ▇▇▇▇▇▇▇. Bonisana ngalokhu nomsebenzi wezempilo ukuqinisekisa ukuthi ▇▇▇▇▇ into ihamba ngendlela efanele.
Eminye imithi isebenza kangcono uma idliwe nokudla okuthile noma ingaphuzwa nokudla okuthile. ▇▇▇▇ umsebenzi wezempilo ngomuthi nomuthi okumele uwuphuze. Uma omunye wemithi udinga ukuthi uphuzwe nokudla, ▇▇▇▇ ukuthi ngabe wukudla okuphelele noma
okokubambisa nje (meal or snack). Eminye imithi kumele iphuzwe nokudla, kodwa hhayi ukudla okunamafutha kakhulu. Hlelela isikhathi esizayo ukuze isikhathi ophuza ngaso imithi yakho sihambelane nendlela nezikhathi odla ngazo, ▇▇▇▇▇ futhi ukudla okufanele.
Kubalulekile futhi ukuthi wazi ngokuthi kumele wenzeni lapho uphonswe ukuthatha umthamo womuthi (missed a dose). Lokhu kuyenzeka nakumuphi umuntu ngezikhathi nezikhathi. Uma lokhu kwenzeka, landela imiyalelo yomsebenzi wezempilo ebese ubuyela kwizikhathi zomuthi ezifanele ▇▇▇▇▇ ▇▇▇▇▇▇▇▇▇▇▇▇▇ kwinqubo.
Imiphumela engemihle (side effects) ngeminye yemiphumela yezinto ezenzekayo lapho uphuza imithi ye-HIV. Ngisho noma imithi ye-HIV ingabangela imiphumela engemihle (side effects), akuyiwo wonke
umuntu obanayo le miphumela engemihle. Kuwumbono omuhle ukuthi uthole ulwazi ngemiphumela engemihle (side effects) ongayilindela ngaphambi kokuba uqale ukuphuza imithi. Ebese ubuza umsebenzi wezempilo ngokuthi ungabhekana kanjani nemiphumela engemihle, uma ibakhona. Ukuzilungiselela ngokomqondo kungenza ukuthi imiphumela engemihle ilawuleke uma yenzeka.
Eminye imiphumela engemihle iyaphela kumaviki ambalwa.
▇▇▇ ▇▇▇ nemiphumela engemihle (side effects), musa ukuvele uyeke
▇▇▇▇▇▇▇▇▇ ▇▇▇▇ ▇▇▇▇▇▇▇▇▇ yezinto ozenza nsuku zonke ngaleso sikhathi.
⚫ Zama ukuxhumanisa isikhathi ophuza ngaso amaphilisi sihambisane nesikhathi lapho wenza okuthile, okufana nokugeza amazinyo akho noma ukubukela uhlelo oluthile kwithelevishini noma ukulalela uhlelo oluthile emsakazweni.
⚫ Sebenzisa ibhokisi lamaphilisi, idayari, noma i-alamu ukukusiza ukukhumbula ukuphuza imithi.
⚫ Hlelela isikhathi esizayo, ukuze ungaphelelwa yimithi.
⚫ Thola umuntu ozokwesekela ukusizana nawe noma ukukukhumbuza.
⚫ Ukutshela abanye abazokusekela nakho kungasiza – kunzima kwezinye izikhathi ukuphuza imithi lapho uzama ukugcina isimo sakho sokuba ne-HIV siyimfihlo.
Ukuqala ukuphuza imithi yama- ARV kusenesikhathi kuthuthukisa amathuba akho okuphila impilo ende enhle.
Ukuthola ulwazi olubanzi: ▇▇▇.▇▇▇▇▇.▇▇▇
ISSUE 1 - OCTOBER 2016
Let’s rstta
Be connected
isi Zulu
Wena okudingeka ukwazi maqondana...
Imithi ye-HIV ▇▇▇▇▇ ▇▇▇▇▇▇▇▇▇▇▇▇▇ ▇▇▇▇
ukuphuza amaphilisi. Landela izincomo ozinikwa ngumsebenzi wezempilo. Uma inkinga
▇▇▇▇▇ Magazine on facebook Twitter: @Chomamag
▇▇▇.▇▇▇▇▇▇▇.▇▇.▇▇ hi4LIFE on facebook Twitter: hi4LIFE101
ingelapheki, cela ukweluleka
ekliniki yangakini.
• Abantu abakwizithombe ngama-model ▇▇▇▇▇ futhi abanayo i-HIV noma ezinye izimo ezikhonjiswe kule phamflethi noma le ncwajana.
Izeluleko ongazisebenzisa ukuze unamathele ekuphuzeni imithi
⚫ Kholelwa ukuthi imithi izokusiza ukulwisana nevayirasi ▇▇▇▇▇ ▇▇▇▇▇▇▇ uhlale unempilo. Uma ungacabangi kanjalo, ngeke wazikhathaza ngokuphuza amaphilisi ▇▇▇▇▇.
⚫ Yenza ukuthi ukuthatha amaphilisi ngesikhathi
Le phamflethi (le ncwajana) ithole usizo lwemali ngokusekelwa ngabohlelo oluvela kwi- US President’s Emergency Plan for AIDS Relief (PEPFAR) oluvele kwabe-US Agency for
International Development ngaphansi kwesivumelwano se-Cooperative Agreement No. AID- 674-A-00-08-12-00015 ngabe-Anova Health Institute.
Imibono evezwe kule-phamflethi akuyona nje kuphela imibono yabe-PEPFAR, USAID ▇▇▇▇ ▇▇▇-AHI.
Abenombolo yosizo kazwelonke i-National AIDS Help Line: 0800 012 322 (engakhokhelwa)
Ungaxhumana nabe-HIVSA ku: Ucingo: ▇▇▇ ▇▇ ▇▇▇ ▇▇▇▇
hi4
LIFE
