Isingeniso Izibonelo Zemigomo

Isingeniso iSewula Afrika njengezinye iinarha ephasini isasebenzisa ihlelo lezobulungiswa le-retributive. Ihlelo lokusolels ngilo elisasebenza khulu emakhono lapho umsolwa aphekwa kkhona ngemibuzo lapho kungekho ukukhathazeka ngongazimbi.Isikhathi sekululeko saletha iKhomitjhana yamaQiniso nokuBuyisana (Truth and Reconciliation Commission) i-TRC ukuze iqalane nemisebenzi yakade yezobulelesi ngendlela yokuzibandakanya kunye nokubuyisana. Kilekambiso kugqine kuvele iFilosofi yoBulungiswa bokubuyisela ebujameni okuyinto yangaphandle kwenarha ngokuya ngokwe-Roman Dutch Law lokho gade kuyingcenye yehlelo lezobulungiswa lbendabuko ye-Afrika.
Isingeniso. Le nqubomgomo yokwabiwa nokuphathwa kwamalungelo okudoba Isikhuphashi Sasemadwaleni Sasogwini Oluseningizimu (i-South Coast Rock Lobster) ("imboni yezokudoba i-SCRL") ikhishwe wuNgqongqoshe Wezokudoba, Ezamahlathi Nezemvelo ("uNgqongqoshe") futhi iyobizwa ngokuthi "Inqubomgomo Yemboni Yezokudoba Isikhuphashi Sasemadwaleni Sasogwini Oluseningizimu: 2021". Inqubomgomo Yemboni Yezokudoba Isikhuphashi Sasemadwaleni Sasogwini Oluseningizimu: 2021 iyofundwa ndawonye neNqubomgomo Ewujikelele yowezi-2021 Yokwabiwa Kwamalungelo Ezokudoba ("Inqubomgomo Ewujikelele: 2021"). UNgqongqoshe, ngokwesigaba 79 soMthetho Wezinsiza Eziphila Olwandle 18 we-1998 ("i- MLRA"), wadlulisela amandla okugunyaza amalungelo okudobela ukuhweba aqukethwe ngokwesigaba 79 soMthetho Wezinsiza Eziphila Olwandle 18 we-1998 ("i-MLRA") ezikhulwini zoMnyango Wezamahlathi, Ezokudoba Nezemvelo ("uMnyango"). Inqubomgomo Yemboni Yezokudoba Isikhuphashi Sasemadwaleni Sasogwini Oluseningizimu: 2021 yendlala izimpokophelo, indlelakuhlunga, kanye nokucutshungulwayo okuzoba wumhlahlandlela wokwabiwa kwamalungelo okudoba embonini yezokudoba Isikhuphashi Sasemadwaleni Sasogwini Oluseningizimu. Le nqubomgomo izosekela isiphathimandla esigunyaziwe ekuthatheni izinqumo zokufakwa kwezicelo kule mboni yezokudoba.
Isingeniso. Abaqondisi nabasebenzi bayakhuthazwa ukuba babe ngabanikazimasheya akwa-Brambles besikhathi eside. Njengoba i-Brambles ingaphansi kwe-ASX (okuchaza ukuthi amasheya ayo umphakathi uhweba ngawo khona), kubalulekile, nokho, ukuthi kuqikelelwe esikhathini sanoma yikuphi Ukusebenza ngamasheya akwa-Brambles noma amanye ama-Brambles Securities. Le dokhumenyi ibeka ngokucacile inqubomgomo yakwa-Brambles mayelana Nokusebenza ngama- Brambles Securities kanye nakuwo ama-Securities ezinye izinkampani "Ngabantu Abajutshiwe". Inhloso Yale Nqubomgomo yilokhu: