IMIBANGO Izibonelo Zemigomo

IMIBANGO. Zonke izindaba ezibangwayo, noma izikhalo ezithintene nokuphathwa kwezindaba zeNyunyana, ziyokwenziwa ngokubhalela umqondisi. Isinqumo sebhodi ngalokho-ke siyoba ngumnqamula juqu, ngaphandle kokuthi ibhodi likubone kufanele ukufaka udaba engqungqutheleni, lapho-ke isinqumo sengqungquthela siyokuba ngumnqamula juqu.