Akukhona ukuhweba okwesikhashana kuma-Brambles Securities Izibonelo Zemigomo

Akukhona ukuhweba okwesikhashana kuma-Brambles Securities. Abantu Abajutshiwe akufanele bazibandakanye ekuhwebeni kwesikhashana noma okusolisayo kuma-Brambles Securities. Kufanele babambelele kuma-Brambles Securities isikhathi esingengaphansi kwezinsuku ezingama-30. Lokhu akubhekisile kunoma yikuphi ukudayisa kwe-Brambles Securities okunikezwe ngenxa Yemiklomelo enikezwa esikhathini sezinsuku ezingama-30 lapho imvume yokudayisa ngaphansi kwesigaba 3 sale Nqubomgomo seyitholakele.